Entertainment
Latest Entertainment News

Sebemi ngomumo abasiki bengqephu ukukhangisa kumbukiso weDurban Fashion Fair (DFF) ozobanjelwa esifundazweni sakwaZulu-Natal.
September 10, 2026Ususemome oweDurban Fashion Fair (DFF) lapho abasiki bengqephu bezodlana imilala ngaphansi kwesiqubulo esithi “Where Legacy Lives” kuzogubhwa iminyaka eyishumi nanhlanu lwaqala loluhlelo.…
Read More
I-Durban Fashion Fair igubha iminyaka eyi-15 ngombukiso wezinsuku ezintathu
September 5, 2026IDurban Fashion Fair (DFF) izogubha iminyaka eyi-15 yasungulwa ngombukiso omkhulu ozobanjelwa eDurban Exhibition Centre kusukela mhla ziyi-16 kuya ku-18 kuSepthemba 2026. Lo mbukiso wengqephu, ozobe uqhutshwa ngaphansi kwesiqubulo esithi, “Where Legacy Lives”, uzohlanganisa abasiki bengqephu asebezakhele igama, abasafufusa kanye nabayingxenye yohlelo lokuqeqeshwa iDFF Class of 2026. Kulindeleke ukuthi abasiki bengqephu abangama-84 bakhangise ngemikhiqizo yabo kulezi zinsuku ezintathu.Kulaba kubalwa nabasiki bengqephu abasafufusa abangama-20 abaqeqeshwa ngaphansi kohlelo lweDFF Class of 2026. MHLA ZIYI-16 KUMANDULO…
Read More
Mzansi Community Media & Creatives Awards 2026
August 26, 2026Aseqalile ukutholakala amathikithi amaMzansi Community Media & Creative’s Awards zoba seLadyfair Theatre Conference Centre enkabeni yedolobha ngeSonto zingu 30 ku-August ngo 3pm.…
Read More
SEKUVULIWE UKUQOKWA KWABAZONGENELA IMIKLOMELO KOWE-NATIONAL ARTS AND CULTURE AWARDS 2026
July 29, 2026UMnyango Wezemidlalo, Ezobuciko NamaSiko usumemezeleukuthi sekungaqokwa abantu nezinhlangano ...
Read MoreStay Updated with BT News
Get the latest community stories, traffic updates, and important local news delivered straight to your inbox.
Categories
Contact Details
- 063 421 3035
- info@btnews.co.za
- sales@btnews.co.za
- 27 Bram Fischer Rd, North Beach, Durban, 4063