Aseqalile ukutholakala amathikithi amaMzansi Community Media & Creative’s Awards zoba seLadyfair Theatre Conference Centre enkabeni yedolobha ngeSonto zingu 30 ku-August ngo 3pm.
Kulomcimbi kuzoba kuklonyeliswa abenze kahle kumkhakha wezokuxhumana emphakathini kanti amathikithi abiza R150 umuntu emunye, R250 ababili bese kuthi abathathu bangazitholela wona ngo R350.
Ngeminye imininingwane kungashayelwa ku 066 424 3017
