UDkt. Ndumiso Ncobela, ofundisa eMangosuthu University of Technology, uthe ziningi izingqinamba abafundi ababhekana nazo ezingaxazululwa ekubeni nomthelela kwimiphumela yabafundi.

Uthe akubhekwe futhi kubekwe abafundi phambili, kubekwe uhlobo lwabafundi, imvelaphi yawo kanye nezingqinamba ababhekana nazo usuku ngosuku kungabekwa phambili izifundo.

Uthe akusizi ukufaka ingcindezi yomsebenzi wesikole kubafundi ekubeni kungabhekwanga ukuthi bangasizwa ngani ukuze bakwazi ukufunda nokwenza umsebenzi wesikole .

Stay Updated with BT News

Get the latest community stories, traffic updates, and important local news delivered straight to your inbox.